Sinamandla uma sindawonye: Indaba ka-Albertina Sisulu

Ngobunye ubusika obunolaka babebaningi abantu abagulayo ezweni. Zazivutha bhe izihlathi zikamama uMonikazi. Kwehla umjuluko emzimbeni wakhe. Wayefuna ukubeka utshani obubanda njengeqhwa ebusweni bakhe ukuze abupholise. Ngaphansi kwengubo yakhe yokulala wayebambe isisu sakhe eculela ingane engaphakathi kwakhe, “Qina, mntwana. Abubude ubusika. Yiba nesibindi, mntwana. Sinamandla uma sindawonye!”

ISBN: 978-1-928377-05-4

BISAC: JUV014000, JUV074000

Sign up to receive notifications whenever we release new books

Get notified